Siphila esikhathini esinzima kabi kule mihla. Kunabantu abadala abangcolisa impilo yabo egameni lothando. Lomkhuba wabo uhamba uze ube nomthelela omubi kabi nasozalweni lwabo. Nemindeni yabo kuhamba iphethe ngokwehlukana, ihlakazeke ngenxa yokuxegelwa kwabo yizimilo. Okubuhlungu kakhulu wukuthi yonke lemikhuba yabo emibi yemijolo yenziwa ngabantu besifungo abasemshadweni…