Isizulu Sethu Grade 11 Teacher's Guide Lifetime License

THOBELA N N L MRS , MADLALA M W MR , MBAMBO N P MRS , HADEBE Z M MRS

PDF

lsiZulu Sethu siwuchungechunge (series) lwezincwadi ezihlelelwe amabanga 10, 11, 12. Zimbili izincwadi kulelo nalelo banga: nnlncwadi yoMfundi ( Learner Book) nencwadi kaThisha. Zombili lezi zincwadi zibhalwe zahambisana nesiTatimende sikaZwelonke senQubo mgomo yokuFunda nokuHlola (CAPS). Nakuba lezi kuyizincwadi zolimi, kepha zibhalwe ngendlela yokuba zisabalalele nakwezinye izifundo nemikhakha eyehlukene ethinta impilo yomfundi. nnNgaleyo ndlela umfundi akagcini nje ngokuzuza amakhono olimi kodwa uzuza namanye amakhono amaningi ayomenza ukuba akwazi ukuziphilisa futhi aphilisane kahle nabanye abantu. nnKuningi othisha nabo abazokuzuza kweyabo. Bafakelwe konke okufanele bakwazi ngenqubo mgomo yesiTatimende sikaZwelonke yokuFunda nokuHlola (CAPS). Ukuhlola kufakiwe, nesibonelo sokurekhoda nokubika ngentuthuko yomfundi. nnKukhona ngisho nohlelo lomsebenzi wonyaka wonke (Work Schedule) nesibonelo sokulungiselela isifundo (Lesson Plan). Uthisha lapha angasilandela lesi sibonelo noma azenzele naye ngamanye amaphuzu uma ebona.

R 96.43 LICENCE: 1095 DAYS ONLY
9780796046079
3.33 mb
isiZulu
2017-10-01
Shuter and Shooter Publishers
1
1095
5
Unauthorised downloading, copying, distribution or exploitation of this content is an infringement of intellectual property rights and may be a criminal offence. Your purchase and download of this content is for your personal use, and you agree not to modify, copy, or share it with any other person.